Mathewu 19:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Futhi wonke umuntu oshiye izindlu noma abafowabo noma odadewabo noma uyise noma unina noma abantwana noma amasimu ngenxa yegama lami, uyokwamukela okuphindwe izikhathi eziyikhulu futhi azuze ukuphila okuphakade. + Luka 14:26 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 26 “Uma umuntu eza kimi kodwa engamzondi uyise nonina nomkakhe nabantwana nabafowabo nawodadewabo, yebo, ngisho nokuphila kwakhe imbala, + akakwazi ukuba umfundi wami. +
29 Futhi wonke umuntu oshiye izindlu noma abafowabo noma odadewabo noma uyise noma unina noma abantwana noma amasimu ngenxa yegama lami, uyokwamukela okuphindwe izikhathi eziyikhulu futhi azuze ukuphila okuphakade. +
26 “Uma umuntu eza kimi kodwa engamzondi uyise nonina nomkakhe nabantwana nabafowabo nawodadewabo, yebo, ngisho nokuphila kwakhe imbala, + akakwazi ukuba umfundi wami. +