-
Marku 3:31-35IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
31 Kwabe sekuza unina nabafowabo, + bemi ngaphandle, bathumela othile ukuba ayombiza. + 32 Njengoba ayezungezwe isixuku, sathi kuye: “Unyoko nabafowenu bangaphandle bayakubiza.” + 33 Kodwa wabaphendula wathi: “Ubani ongumama nabafowethu?” 34 Wabe esebuka labo ababehlezi bemzungezile, wathi: “Naba omama nabafowethu! + 35 Noma ubani owenza intando kaNkulunkulu, lowo ungumfowethu nodadewethu nomama.” +
-