Mathewu 13:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Kepha lowo ohlwanyelwe phakathi kwameva, yilowo olizwayo izwi kodwa izinkathazo zokuphila *+ namandla engcebo akhohlisayo kuliminyanise izwi, lingatheli. + Marku 4:18, 19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Kukhona abanye futhi abahlwanyelwe phakathi kwameva. Laba yilabo abaye balizwa izwi, + 19 kodwa izinkathazo + zokuphila* namandla engcebo akhohlisayo *+ nezifiso + zazo zonke ezinye izinto kuyangena kuliminyanise izwi, lingatheli. Luka 8:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Kodwa leyo eyawela phakathi kwameva, iyilabo abaye bezwa, kodwa ngenxa yokuhungwa izinkathazo, ingcebo + nenjabulo yalokhu kuphila, + baminyaniswa ngokuphelele futhi abafinyeleli ekuvuthweni. +
22 Kepha lowo ohlwanyelwe phakathi kwameva, yilowo olizwayo izwi kodwa izinkathazo zokuphila *+ namandla engcebo akhohlisayo kuliminyanise izwi, lingatheli. +
18 Kukhona abanye futhi abahlwanyelwe phakathi kwameva. Laba yilabo abaye balizwa izwi, + 19 kodwa izinkathazo + zokuphila* namandla engcebo akhohlisayo *+ nezifiso + zazo zonke ezinye izinto kuyangena kuliminyanise izwi, lingatheli.
14 Kodwa leyo eyawela phakathi kwameva, iyilabo abaye bezwa, kodwa ngenxa yokuhungwa izinkathazo, ingcebo + nenjabulo yalokhu kuphila, + baminyaniswa ngokuphelele futhi abafinyeleli ekuvuthweni. +