-
IzEnzo 28:26, 27IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
26 uthi, ‘Yana kulaba bantu uthi: “Impela niyozwa, kodwa anisoze naqonda, impela niyobheka, kodwa anisoze nabona. + 27 Ngoba inhliziyo yalaba bantu ibe lukhuni, ngezindlebe zabo bazwile bangasabela, bavale amehlo abo ukuze bangalokothi babone ngamehlo abo futhi bezwe ngezindlebe zabo, baqonde ngenhliziyo yabo babuye, mina ngibelaphe.” ’ +
-