Eksodusi 21:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 “Noma ubani oqalekisa uyise noma unina kumele abulawe. + Levitikusi 20:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 “‘Uma kukhona noma yimuphi umuntu oqalekisa uyise noma unina, kufanele abulawe nakanjani. + Ngenxa yokuthi uqalekise uyise noma unina, igazi lakhe liphezu kwakhe.
9 “‘Uma kukhona noma yimuphi umuntu oqalekisa uyise noma unina, kufanele abulawe nakanjani. + Ngenxa yokuthi uqalekise uyise noma unina, igazi lakhe liphezu kwakhe.