Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Marku 8:35
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 35 Ngoba noma ubani ofuna ukusindisa ukuphila kwakhe, kuyomlahlekela, kodwa noma ubani olahlekelwa ukuphila kwakhe ngenxa yami nangenxa yezindaba ezinhle, uyokusindisa. +

  • Luka 9:24
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 24 Ngoba noma ubani ofuna ukusindisa ukuphila kwakhe kuyomlahlekela, kodwa noma ubani olahlekelwa ukuphila kwakhe ngenxa yami nguye oyokusindisa. +

  • Luka 17:33
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 33 Noma ubani ofuna ukusindisa ukuphila kwakhe uyolahlekelwa yikho, kodwa noma ubani olahlekelwa yikho uyokusindisa. +

  • Johane 12:25
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 25 Noma ubani othanda ukuphila* kwakhe uyakubhubhisa, kodwa noma ubani ozonda ukuphila* kwakhe + kuleli zwe, uyokulondela ukuphila okuphakade. +

  • IsAmbulo 12:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Bamnqoba + ngenxa yegazi leWundlu + nangenxa yomyalezo ababewumemezela, + bangayithanda imiphefumulo *+ yabo ngisho nalapho bebhekene nokufa.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela