29 (Lapho bonke abantu nabaqoqi bentela bezwa lokhu, bathi uNkulunkulu ulungile, ngoba babebhapathizwe ngobhapathizo lukaJohane. + 30 Kodwa abaFarisi nalabo ababeyizazi zoMthetho abasinakanga isiqondiso sikaNkulunkulu kubo, + njengoba babengabhapathizwanga nguye.)