Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Marku 12:38, 39
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 38 Njengoba ayefundisa, waqhubeka wathi: “Xwayani ababhali abathanda ukuhambahamba begqoke izingubo ezinde nokubingelelwa ezimakethe, + 39 nezihlalo eziphambili* emasinagogeni nezindawo ezivelele kunazo zonke ezidlweni zakusihlwa. +

  • Luka 11:43
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 43 Maye kini baFarisi, ngoba nithanda izihlalo eziphambili* emasinagogeni nokubingelelwa ezimakethe! +

  • Luka 14:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 7 Lapho ephawula indlela ababezikhethela ngayo izindawo ezivelele kunazo zonke, walandisa umfanekiso othile kubantu ababemenyiwe. + Wathi kubo:

  • Luka 14:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Kodwa lapho umenyiwe, hamba uhlale endaweni ephansi kunazo zonke, ukuze kuthi lapho umuntu okumemile eza, athi kuwe, ‘Mngani, woza uzohlala endaweni engcono.’ Khona-ke uyoba nodumo phambi kwazo zonke izimenywa ezikanye nawe. +

  • Luka 20:46
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 46 “Xwayani ababhali abathanda ukuhambahamba begqoke izingubo ezinde, nokubingelelwa ezimakethe, nezihlalo eziphambili* emasinagogeni, nezindawo ezivelele kunazo zonke ezidlweni zakusihlwa, +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela