Mathewu 6:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Ngakho lapho wenzela abampofu okuhle ngesihe,* ungaqali ngokushaya icilongo, njengoba nabazenzisi benza emasinagogeni nasemigwaqweni, ukuze badunyiswe ngabantu. Ngiqinisile ngithi kini, sebewuthole ngokugcwele umvuzo wabo. Luka 12:56 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 56 Bazenzisi, niyakwazi ukuhlola ukubonakala komhlaba nesibhakabhaka, kodwa kungani ningakwazi ukuhlola lesi sikhathi? +
2 Ngakho lapho wenzela abampofu okuhle ngesihe,* ungaqali ngokushaya icilongo, njengoba nabazenzisi benza emasinagogeni nasemigwaqweni, ukuze badunyiswe ngabantu. Ngiqinisile ngithi kini, sebewuthole ngokugcwele umvuzo wabo.
56 Bazenzisi, niyakwazi ukuhlola ukubonakala komhlaba nesibhakabhaka, kodwa kungani ningakwazi ukuhlola lesi sikhathi? +