45 Kodwa uma kwenzeka leyo nceku ithi enhliziyweni yayo, ‘Inkosi yami iyalibala ukufika,’ bese iqala ukushaya izinceku nezincekukazi, idle, iphuze idakwe, + 46 inkosi yaleyo nceku iyofika ngosuku engayilindele ngalo nangehora engalazi, iyijezise kanzima kakhulu, iyibeke nabangathembekile.