-
Mathewu 18:8, 9IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
8 Uma isandla sakho noma unyawo lwakho lukukhubekisa, lunqume ululahle kude. + Kungcono ukuba ungene ekuphileni ukhubazekile* noma ulunyonga kunokuba uphonswe emlilweni omi phakade unezandla zombili noma unezinyawo zombili. + 9 Futhi, uma iso lakho likukhubekisa, likhiphe ulilahle kude. Kungcono kakhulu ukuba ungene ekuphileni uneso elilodwa kunokuba uphonswe eGehena *+ lomlilo unawo womabili amehlo.
-