Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Mathewu 16:21
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 21 Kusukela ngaleso sikhathi kuqhubeke, uJesu waqala ukuchazela abafundi bakhe ukuthi kwakumele aye eJerusalema, ahlupheke ngezinto eziningi ezivela emadodeni amadala nakubapristi abakhulu nakubabhali futhi abulawe, avuswe ngosuku lwesithathu. +

  • Mathewu 20:18, 19
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 “Bhekani! Sikhuphukela eJerusalema, iNdodana yomuntu izonikelwa kubapristi abakhulu nakubabhali. Bazoyinika isigwebo sokufa, + 19 bayinikele kubantu bezizwe ukuba bahlekise ngayo, bayibhaxabule futhi bayibulalele esigxotsheni; + kodwa ngosuku lwesithathu izovuswa.” +

  • Mathewu 27:26
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 Khona-ke wabakhululela uBharaba, kodwa wayala ukuba uJesu abhaxabulwe, + wamnikela ukuba abulawe* esigxotsheni. +

  • Marku 15:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 UPilatu, efisa ukujabulisa isixuku, wasikhululela uBharaba; ngemva kokuyala ukuba uJesu abhaxabulwe, + wamnikela ukuba abulawe* esigxotsheni. +

  • Johane 19:16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 Ngakho, wamnikela kuwo ukuba abulawe* esigxotsheni. +

      Abe esemthatha uJesu.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela