Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Zakariya 13:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  7 “O nkemba, vuka umelane nomalusi wami, +

      Umelane nendoda engumngani wami,” kusho uJehova wamabutho.

      “Shaya umalusi, + umhlambi* uhlakazeke; +

      Ngizophakamisa isandla sami ngokumelene nabangelutho.”

  • Marku 14:27, 28
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 27 UJesu wathi kubo: “Nonke nizokhubeka, ngoba kulotshiwe ukuthi: ‘Ngizoshaya umalusi, + izimvu zihlakazeke.’ + 28 Kodwa ngemva kokuba sengivusiwe, ngizohamba kuqala kunani ngiye eGalile.” +

  • Johane 16:32
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 32 Bhekani! Ihora liyeza, impela selifikile, lapho nizohlakazwa khona, ngamunye aye endlini yakhe, ningishiye ngedwa. + Kodwa angingedwa, ngoba uBaba unami. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela