Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Marku 14:37-42
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 37 Wabuya, wabathola belele, wathi kuPetru: “Simoni, ulele yini? Awubanga nawo yini amandla okuhlala ulindile ihora elilodwa? + 38 Hlalani nilindile futhi nithandaze njalo ukuze ningangeni esilingweni. + Yebo, umoya uyafisa,* kodwa inyama ibuthakathaka.” + 39 Waphinde wahamba wayothandaza, esho okufanayo. + 40 Waphinde wabuya wabathola belele, ngoba amehlo abo ayesinda, ngakho abazanga ukuthi bamphendule bathini. 41 Wabuya okwesithathu wathi kubo: “Esikhathini esinjengalesi nilele niphumule! Kwanele! Ihora selifikile! + Bhekani! INdodana yomuntu isizokhashelwa ezandleni zezoni. 42 Sukumani sihambe. Bhekani! Umkhapheli wami useseduze.” +

  • Luka 22:45
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 45 Lapho esukuma ngemva kokuthandaza, waya kubafundi bakhe, wabathola belele, bekhathele ngenxa yosizi. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela