Marku 13:33 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 33 Hlalani nibhekile, nihlale niphapheme, + ngoba anazi ukuthi sinini isikhathi esimisiwe. + 1 Petru 5:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Hlalani nisangulukile, qaphani! + Isitha senu, uDeveli, sizulazula njengebhubesi elibhongayo, sifuna esingamshwabadela. + IsAmbulo 16:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 “Bheka! Ngiyeza njengesela. + Uyajabula ohlala ephapheme + egqoke nezingubo zakhe zangaphandle, ukuze angahambi nqunu nabantu babone ihlazo lakhe.” +
8 Hlalani nisangulukile, qaphani! + Isitha senu, uDeveli, sizulazula njengebhubesi elibhongayo, sifuna esingamshwabadela. +
15 “Bheka! Ngiyeza njengesela. + Uyajabula ohlala ephapheme + egqoke nezingubo zakhe zangaphandle, ukuze angahambi nqunu nabantu babone ihlazo lakhe.” +