Luka 18:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Ngemva kwalokho wabatshela umfanekiso omayelana nesidingo sokuba bathandaze njalo bangayeki, + Roma 12:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Jabulani ethembeni. Khuthazelani osizini. + Phikelelani emthandazweni. + Efesu 6:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 kuyilapho niqhubeka nithandaza ngazo zonke izinhlobo zomthandazo + nokunxusa ngezikhathi zonke ngokuvumelana nomoya. + Ngenxa yaleyo njongo, hlalani niphapheme, ngaso sonke isikhathi ninxusele bonke abangcwele. 1 Petru 4:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Kodwa ukuphela kwezinto zonke sekusondele. Ngakho-ke, yibani abahluzekile engqondweni + futhi niphaphamele ukuthandaza. +
18 kuyilapho niqhubeka nithandaza ngazo zonke izinhlobo zomthandazo + nokunxusa ngezikhathi zonke ngokuvumelana nomoya. + Ngenxa yaleyo njongo, hlalani niphapheme, ngaso sonke isikhathi ninxusele bonke abangcwele.
7 Kodwa ukuphela kwezinto zonke sekusondele. Ngakho-ke, yibani abahluzekile engqondweni + futhi niphaphamele ukuthandaza. +