Daniyeli 7:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 “Ngaqhubeka ngibhekile emibonweni yasebusuku, futhi bheka! kwakuza kanye namafu amazulu, othile onjengendodana yomuntu; + wathola ilungelo lokungena koMdala Wezinsuku, + bamsondeza phambi kwaKhe. Johane 1:51 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 51 Wabe esethi kuye: “Ngiqinisile impela ngithi kini madoda, nizobona izulu livulekile nezingelosi zikaNkulunkulu zehla zenyuka ziza eNdodaneni yomuntu.” +
13 “Ngaqhubeka ngibhekile emibonweni yasebusuku, futhi bheka! kwakuza kanye namafu amazulu, othile onjengendodana yomuntu; + wathola ilungelo lokungena koMdala Wezinsuku, + bamsondeza phambi kwaKhe.
51 Wabe esethi kuye: “Ngiqinisile impela ngithi kini madoda, nizobona izulu livulekile nezingelosi zikaNkulunkulu zehla zenyuka ziza eNdodaneni yomuntu.” +