-
Zakariya 11:12, 13IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
12 Ngathi kubo: “Uma kukuhle kini, nginikeni inkokhelo yami; kodwa uma kungenjalo, yekani.” Banginika* inkokhelo yami, izinhlamvu zesiliva ezingu-30. +
13 UJehova wabe esethi kimi: “Yiphonse endaweni yokugcina ingcebo—inani elibabazekayo* abalibona lingifanele.” + Ngakho ngathatha lezi zinhlamvu zesiliva ezingu-30 ngaziphonsa endaweni yokugcina ingcebo endlini kaJehova. +
-