Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 53:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  7 Wacindezelwa, + wavuma ukuba ahlushwe, +

      Kodwa wayengawuvuli umlomo wakhe.

      Walethwa njengemvu izohlatshwa, +

      Njengemvu ethule phambi kwabagundi bayo,

      Wayengathi vu ngomlomo wakhe. +

  • Mathewu 26:63
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 63 Kodwa uJesu wayelokhu ethule. + Ngakho umpristi ophakeme wathi kuye: “Ngikufungisa uNkulunkulu ophilayo ukuba usitshele ukuthi unguye yini uKristu iNdodana kaNkulunkulu!” +

  • Johane 19:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 waphinde wangena lapho kuhlala khona umbusi wathi kuJesu: “Ungowaphi wena?” Kodwa uJesu akamphendulanga. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela