-
Luka 8:16, 17IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
16 “Akekho othi ngemva kokukhanyisa isibani asimboze ngesitsha noma asibeke ngaphansi kombhede, kodwa usibeka othini lwesibani, ukuze abangenayo babone ukukhanya. + 17 Ngoba akukho lutho olufihliwe olungeke lubonakale, futhi akukho lutho olufihlwe ngokucophelela olungasoze lwaziwa nolungasoze lwavela obala. +
-