Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Luka 8:35-37
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 35 Abantu beza bezobona okwakwenzekile. Beza kuJesu bathola indoda okwakuphume kuyo amademoni, igqokile nengqondo yayo iphilile, ihlezi ezinyaweni zikaJesu, bafikelwa ukwesaba. 36 Labo ababekubonile lokho bababikela indlela le ndoda enamademoni eyayiphiliswe ngayo. 37 Ngemva kwalokho, isixuku esasivela kuleso sifunda samaGerasa sacela uJesu ukuba asuke kuso, ngoba sasesaba kakhulu. Wabe esegibela isikebhe wahamba.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela