Mathewu 16:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Khona-ke wabadonsa ngendlebe abafundi ukuba bangatsheli muntu ukuthi unguKristu. + Marku 9:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Njengoba babehla entabeni, wabayala ngokucacile ukuba bangatsheli muntu ngalokho ababekubonile, + kuze kube ngemva kokuba iNdodana yomuntu isivukile kwabafile. + Luka 9:21, 22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Wabadonsa ngendlebe ukuba bangatsheli muntu ngalokhu, + 22 kodwa wathi: “INdodana yomuntu kumele ihlupheke kakhulu, yenqatshwe amadoda amadala nabapristi abakhulu nababhali futhi ibulawe, + ivuswe ngosuku lwesithathu.” +
9 Njengoba babehla entabeni, wabayala ngokucacile ukuba bangatsheli muntu ngalokho ababekubonile, + kuze kube ngemva kokuba iNdodana yomuntu isivukile kwabafile. +
21 Wabadonsa ngendlebe ukuba bangatsheli muntu ngalokhu, + 22 kodwa wathi: “INdodana yomuntu kumele ihlupheke kakhulu, yenqatshwe amadoda amadala nabapristi abakhulu nababhali futhi ibulawe, + ivuswe ngosuku lwesithathu.” +