-
Mathewu 8:16IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
16 Kodwa sekuhlwile, abantu bamlethela abantu abaningi abanamademoni; wayixosha le mimoya ngezwi, welapha bonke ababegula,
-
-
Luka 4:40, 41IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
40 Kodwa lapho kushona ilanga, bonke ababenabantu abagulayo bephethwe izifo ezihlukahlukene babaletha kuye. Wabelapha ngokubeka izandla kumuntu ngamunye. + 41 Kwaphuma amademoni kwabaningi, ememeza ethi: “Wena uyiNdodana kaNkulunkulu.” + Kodwa wawakhuza, engawavumeli ukuba akhulume, + ngoba ayemazi ukuthi unguKristu. +
-