Mathewu 24:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Lezi zindaba ezinhle zoMbuso ziyoshunyayelwa emhlabeni wonke* ukuze kube ubufakazi ezizweni zonke, + ngemva kwalokho ukuphela kuyofika. Roma 10:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Kodwa ngiyabuza, Ingabe lokhu kusho ukuthi abawuzwanga umyalezo? Lutho neze, “izwi laphumela kuwo wonke umhlaba, nomyalezo uphumele emikhawulweni yomhlaba.” + IsAmbulo 14:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngabona enye ingelosi indiza emkhathini, inezindaba ezinhle zaphakade ukuba izimemezele kwabahlala emhlabeni, kuzo zonke izizwe nezinhlanga nezilimi nabantu. +
14 Lezi zindaba ezinhle zoMbuso ziyoshunyayelwa emhlabeni wonke* ukuze kube ubufakazi ezizweni zonke, + ngemva kwalokho ukuphela kuyofika.
18 Kodwa ngiyabuza, Ingabe lokhu kusho ukuthi abawuzwanga umyalezo? Lutho neze, “izwi laphumela kuwo wonke umhlaba, nomyalezo uphumele emikhawulweni yomhlaba.” +
6 Ngabona enye ingelosi indiza emkhathini, inezindaba ezinhle zaphakade ukuba izimemezele kwabahlala emhlabeni, kuzo zonke izizwe nezinhlanga nezilimi nabantu. +