Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 41:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  9 Ngisho nomuntu obenokuthula nami, ebengimethemba, +

      Owayedla isinkwa sami, ungiphendukele. *+

  • Mathewu 26:21, 22
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 21 Besadla, wathi: “Ngiqinisile ngithi kini, omunye kini uzongikhaphela.” + 22 Belusizi kakhulu ngalokhu, ngamunye waqala ukuthi kuye: “Nkosi, akumina, akunjalo?”

  • Luka 22:21
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 21 “Kodwa bhekani! Isandla somuntu ozonginikela sikanye nami etafuleni. +

  • Luka 22:23
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 23 Ngakho baqala ukukhuluma bodwa ngokuthi ubani kubo ngempela okwakungaba nguye owayezokwenza lokhu. +

  • Johane 13:21, 22
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 21 Ngemva kokusho lezi zinto, uJesu wakhathazeka emoyeni, futhi wafakaza wathi: “Ngiqinisile impela ngithi kini, omunye kini uzongikhaphela.” + 22 Abafundi babhekana bodwa, bedidekile ukuthi ukhuluma ngobani. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela