39 Lapho ephuma, waya eNtabeni Yeminqumo njengokujwayelekile, abafundi nabo bamlandela. + 40 Esefikile kuleyo ndawo wathi kubo: “Thandazani ningayeki, ukuze ningangeni esilingweni.” + 41 Waqhela kubo cishe ngebanga umuntu angaphonsa ngalo itshe, waguqa ngamadolo wathandaza,