Mathewu 26:39 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 39 Eya phambili kancane, wawa ngobuso, wathandaza wathi: + “Baba, uma kungenzeka, le ndebe *+ mayidlule kimi. Nokho, kungenzeki intando yami, kodwa kwenzeke intando yakho.” + Luka 22:42 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 42 wathi: “Baba, uma uthanda, susa le ndebe kimi. Noma kunjalo, makungenzeki intando yami, kodwa eyakho.” + Johane 6:38 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 38 ngoba angehlanga ezulwini + ukuba ngizokwenza intando yami kodwa intando yalowo ongithumile. + Hebheru 5:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ngesikhathi esaphila emhlabeni, uKristu wanxusa wenza nezicelo, ngokukhala okukhulu nangezinyembezi, + kuLowo owayekwazi ukumsindisa ekufeni, futhi wazwiwa ngomusa ngenxa yokwesaba kwakhe uNkulunkulu.
39 Eya phambili kancane, wawa ngobuso, wathandaza wathi: + “Baba, uma kungenzeka, le ndebe *+ mayidlule kimi. Nokho, kungenzeki intando yami, kodwa kwenzeke intando yakho.” +
42 wathi: “Baba, uma uthanda, susa le ndebe kimi. Noma kunjalo, makungenzeki intando yami, kodwa eyakho.” +
7 Ngesikhathi esaphila emhlabeni, uKristu wanxusa wenza nezicelo, ngokukhala okukhulu nangezinyembezi, + kuLowo owayekwazi ukumsindisa ekufeni, futhi wazwiwa ngomusa ngenxa yokwesaba kwakhe uNkulunkulu.