Mathewu 22:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Ngakho bathumela abafundi babo kuye, kanye namalungu eqembu likaHerode, + bathi: “Mfundisi, siyazi ukuthi uneqiniso futhi ufundisa indlela kaNkulunkulu ngeqiniso, nokuthi awuthengi amehlo abantu, ngoba awubheki ukubukeka kwabantu kwangaphandle. Marku 12:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Ngemva kwalokho bathumela kuye abanye babaFarisi nabanye bamalungu eqembu likaHerode ukuze bathole iphutha enkulumweni yakhe. +
16 Ngakho bathumela abafundi babo kuye, kanye namalungu eqembu likaHerode, + bathi: “Mfundisi, siyazi ukuthi uneqiniso futhi ufundisa indlela kaNkulunkulu ngeqiniso, nokuthi awuthengi amehlo abantu, ngoba awubheki ukubukeka kwabantu kwangaphandle.
13 Ngemva kwalokho bathumela kuye abanye babaFarisi nabanye bamalungu eqembu likaHerode ukuze bathole iphutha enkulumweni yakhe. +