Mathewu 26:57 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 57 Labo ababopha uJesu bamyisa kuKayafase + umpristi ophakeme, lapho kwakuhlangene khona ababhali namadoda amadala. + Johane 18:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Bamyisa ku-Anase kuqala ngoba wayengumukhwe kaKayafase, + owayengumpristi ophakeme ngalowo nyaka. + Johane 18:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 Khona-ke u-Anase wamyisa kuKayafase umpristi ophakeme eboshiwe. + IzEnzo 4:5, 6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Ngosuku olulandelayo, ababusi babo, amadoda amadala kanye nababhali bahlangana ndawonye eJerusalema, 6 no-Anase + umpristi omkhulu, uKayafase, + uJohane, u-Aleksandru nabo bonke ababeyizihlobo zompristi omkhulu.
57 Labo ababopha uJesu bamyisa kuKayafase + umpristi ophakeme, lapho kwakuhlangene khona ababhali namadoda amadala. +
13 Bamyisa ku-Anase kuqala ngoba wayengumukhwe kaKayafase, + owayengumpristi ophakeme ngalowo nyaka. +
5 Ngosuku olulandelayo, ababusi babo, amadoda amadala kanye nababhali bahlangana ndawonye eJerusalema, 6 no-Anase + umpristi omkhulu, uKayafase, + uJohane, u-Aleksandru nabo bonke ababeyizihlobo zompristi omkhulu.