1 Thimothewu 6:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Batshele benze okuhle, bacebe emisebenzini emihle, babe nesandla esivulekile,* belungele ukwabelana izinto nabanye, + Jakobe 2:15, 16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Uma kukhona abazalwane noma odade abaswele okokugqoka* nokudla okwanele lolo suku, 16 nokho othile kini athi kubo, “Hambani ngokuthula; nifudumale futhi nisuthe,” kodwa ningabaniki izidingo zemizimba yabo, kunanzuzoni? + 1 Johane 3:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Kodwa noma ubani onezinto zaleli zwe zokusekela ukuphila futhi abone umfowabo eswele nokho angambonisi ububele, uthando lukaNkulunkulu luhlala ngayiphi indlela kuye? +
18 Batshele benze okuhle, bacebe emisebenzini emihle, babe nesandla esivulekile,* belungele ukwabelana izinto nabanye, +
15 Uma kukhona abazalwane noma odade abaswele okokugqoka* nokudla okwanele lolo suku, 16 nokho othile kini athi kubo, “Hambani ngokuthula; nifudumale futhi nisuthe,” kodwa ningabaniki izidingo zemizimba yabo, kunanzuzoni? +
17 Kodwa noma ubani onezinto zaleli zwe zokusekela ukuphila futhi abone umfowabo eswele nokho angambonisi ububele, uthando lukaNkulunkulu luhlala ngayiphi indlela kuye? +