Mathewu 13:57 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 57 Ngakho bakhubeka ngenxa yakhe. + Kodwa uJesu wathi kubo: “Umprofethi uyahlonishwa kodwa hhayi endaweni yakubo nasendlini yakubo.” + Marku 6:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Kodwa uJesu wathi kubo: “Umprofethi uyahlonishwa, kodwa hhayi endaweni yakubo naphakathi kwezihlobo zakhe nasendlini yakubo.” + Johane 4:44 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 44 Nokho, uJesu ngokwakhe wafakaza ukuthi umprofethi akadunyiswa ezweni lakubo. +
57 Ngakho bakhubeka ngenxa yakhe. + Kodwa uJesu wathi kubo: “Umprofethi uyahlonishwa kodwa hhayi endaweni yakubo nasendlini yakubo.” +
4 Kodwa uJesu wathi kubo: “Umprofethi uyahlonishwa, kodwa hhayi endaweni yakubo naphakathi kwezihlobo zakhe nasendlini yakubo.” +