Daniyeli 8:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Ngabe sengizwa izwi lomuntu phakathi kwe-Ulayi, + wamemeza wathi: “Gabriyeli, + yenza lowo aqonde into ayibonile.” + Daniyeli 9:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 impela, lapho ngisathandaza, leyo ndoda uGabriyeli, + engangiyibone embonweni ekuqaleni, + yafika kimi lapho ngifile ukukhathala, ngesikhathi somnikelo wesipho wakusihlwa. Luka 1:26, 27 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 26 Ngenyanga yakhe yesithupha, uNkulunkulu wathuma ingelosi uGabriyeli + ukuba iye edolobheni laseGalile okuthiwa iNazaretha, 27 entombini + eyayithembisene umshado nendoda evela emndenini kaDavide egama layo linguJosefa, igama laleyo ntombi kwakunguMariya. +
16 Ngabe sengizwa izwi lomuntu phakathi kwe-Ulayi, + wamemeza wathi: “Gabriyeli, + yenza lowo aqonde into ayibonile.” +
21 impela, lapho ngisathandaza, leyo ndoda uGabriyeli, + engangiyibone embonweni ekuqaleni, + yafika kimi lapho ngifile ukukhathala, ngesikhathi somnikelo wesipho wakusihlwa.
26 Ngenyanga yakhe yesithupha, uNkulunkulu wathuma ingelosi uGabriyeli + ukuba iye edolobheni laseGalile okuthiwa iNazaretha, 27 entombini + eyayithembisene umshado nendoda evela emndenini kaDavide egama layo linguJosefa, igama laleyo ntombi kwakunguMariya. +