-
1 Samuweli 1:10, 11IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
10 UHana wayedabuke kakhulu,* waqala ukuthandaza kuJehova + wakhala kalusizi. 11 Wenza lesi sithembiso wathi: “O Jehova wamabutho, uma ungakubheka ukuhlupheka kwencekukazi yakho ungikhumbule, uma ungeke uyikhohlwe incekukazi yakho kodwa uyiphe umntwana womfana, + ngiyokunika yena Jehova, ukuze akukhonze zonke izinsuku zokuphila kwakhe, ikhanda lakhe alisoze laphucwa.” +
-