-
Mathewu 10:2-4IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
2 Amagama abaphostoli abangu-12 yilawa: + Owokuqala, nguSimoni, obizwa ngokuthi uPetru, + no-Andreya + umfowabo; uJakobe indodana kaZebedewu noJohane + umfowabo; 3 uFiliphu noBartolomewu; + uTomase + noMathewu + umqoqi wentela; uJakobe indodana ka-Alfewu; noThadewu; 4 uSimoni umKhanana;* noJuda Iskariyothe, lowo kamuva owamkhaphela. +
-
-
Marku 3:14-19IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
14 Wamisa* iqembu labangu-12, aliqamba nangokuthi abaphostoli, labo ababezohamba naye, abathume ukuba bayoshumayela 15 futhi babe nanegunya lokuxosha amademoni. +
16 Leli qembu labantu abangu-12 + alimisa* kwakunguSimoni, abuye wamqamba ngokuthi uPetru, + 17 uJakobe indodana kaZebedewu noJohane umfowabo kaJakobe (nalaba wabaqamba ngokuthi Bowanergesi, okusho ukuthi “amaDodana Okuduma”), + 18 u-Andreya, uFiliphu, uBartolomewu, uMathewu, uTomase, uJakobe indodana ka-Alfewu, uThadewu, uSimoni umKhanana* 19 noJuda Iskariyothe, lowo kamuva owamkhaphela.
Ngemva kwalokho wangena endlini ethile,
-