Mathewu 7:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 “Akuyena wonke umuntu othi kimi, ‘Nkosi, Nkosi,’ oyongena eMbusweni wamazulu, kodwa yilowo kuphela owenza intando kaBaba osemazulwini oyongena. + Luka 13:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 “Sebenzani ngokuzikhandla ukuze ningene ngomnyango omncane, + ngoba ngiyanitshela, abaningi bayofuna ukungena kodwa ngeke bakwazi. Roma 2:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Ngoba labo abawuzwayo umthetho akubona abalungile phambi kukaNkulunkulu, kodwa abenzi bomthetho kuyothiwa balungile. + Jakobe 1:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Nokho, yibani abenzi bezwi + ningabi abalizwayo kuphela, nizikhohlisa ngokucabanga okungamanga.
21 “Akuyena wonke umuntu othi kimi, ‘Nkosi, Nkosi,’ oyongena eMbusweni wamazulu, kodwa yilowo kuphela owenza intando kaBaba osemazulwini oyongena. +
24 “Sebenzani ngokuzikhandla ukuze ningene ngomnyango omncane, + ngoba ngiyanitshela, abaningi bayofuna ukungena kodwa ngeke bakwazi.
13 Ngoba labo abawuzwayo umthetho akubona abalungile phambi kukaNkulunkulu, kodwa abenzi bomthetho kuyothiwa balungile. +