-
Luka 1:16, 17IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
16 iyobuyisela abaningi kubantwana bakwa-Israyeli kuJehova* uNkulunkulu wabo. + 17 Iyohamba phambi kwakhe ngomoya nangamandla ka-Eliya, + ukuze ibuyisele izinhliziyo zoyise kubantwana + nabangalaleli ibabuyisele ekuhlakanipheni okusebenzayo kwabalungile, ukuze yenze abantu babe isizwe esikulungele ukukhonza uJehova.” *+
-