-
Marku 4:11, 12IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
11 Wathi kubo: “Nina ninikwe imfihlo engcwele + yoMbuso kaNkulunkulu, kodwa kulabo abangaphandle zonke izinto zifundiswa ngemifanekiso, + 12 ukuze kuthi nakuba bebhekile, babheke kodwa bangaboni, nakuba bezwa, bezwe kodwa bangawutholi umqondo wako; futhi bangabuyeli kuNkulunkulu bathole intethelelo.” +
-