Mathewu 11:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Lapho uJesu eseqedile ukunika abafundi bakhe abangu-12 iziqondiso, wasuka lapho ukuze afundise futhi ashumayele kwamanye amadolobha. + Marku 6:12, 13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Babe sebesuka bashumayela bathi abantu kufanele baphenduke, + 13 baxosha amademoni amaningi, + bagcoba abantu abaningi abagulayo ngamafutha, babelapha.
11 Lapho uJesu eseqedile ukunika abafundi bakhe abangu-12 iziqondiso, wasuka lapho ukuze afundise futhi ashumayele kwamanye amadolobha. +
12 Babe sebesuka bashumayela bathi abantu kufanele baphenduke, + 13 baxosha amademoni amaningi, + bagcoba abantu abaningi abagulayo ngamafutha, babelapha.