Mathewu 16:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 USimoni Petru waphendula wathi: “UnguKristu, + iNdodana kaNkulunkulu ophilayo.” + Marku 8:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Wababuza nalo mbuzo: “Nina-ke nithi ngingubani?” UPetru wamphendula wathi: “UnguKristu.” + Johane 1:41 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 41 Okokuqala wathola umfowabo, uSimoni, wathi kuye: “Simtholile uMesiya” + (okusho ukuthi “uKristu,” uma kuhunyushwa), Johane 6:68, 69 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 68 USimoni Petru wamphendula wathi: “Nkosi, ubani esizoya kuye? + Nguwe onamazwi okuphila okuphakade. + 69 Siye sakholwa futhi sesiyazi ukuthi ungoNgcwele kaNkulunkulu.” +
41 Okokuqala wathola umfowabo, uSimoni, wathi kuye: “Simtholile uMesiya” + (okusho ukuthi “uKristu,” uma kuhunyushwa),
68 USimoni Petru wamphendula wathi: “Nkosi, ubani esizoya kuye? + Nguwe onamazwi okuphila okuphakade. + 69 Siye sakholwa futhi sesiyazi ukuthi ungoNgcwele kaNkulunkulu.” +