Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Johane 12:31
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 31 Manje leli zwe liyahlulelwa; umbusi waleli zwe + uzophonswa ngaphandle. +

  • Johane 16:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 bese kuba ngokuphathelene nokwahlulela, ngoba umbusi waleli zwe usahlulelwe. +

  • Hebheru 2:14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 Ngakho-ke, njengoba ‘abantwana’ bengabantu begazi nenyama,* naye ngokufanayo waba umuntu wegazi nenyama, *+ ukuze ngokufa kwakhe amenze ize lowo onendlela yokubangela ukufa, + okungukuthi, uDeveli, +

  • IsAmbulo 12:7-9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 7 Kwagqashuka impi ezulwini: UMikayeli *+ nezingelosi zakhe balwa nodrako, nodrako nezingelosi zakhe balwa 8 kodwa abazange banqobe,* nendawo yabo ayibange isatholakala ezulwini. 9 Ngakho waphonswa phansi udrako omkhulu, + inyoka yokuqala, + lowo obizwa ngokuthi uDeveli + noSathane, + odukisa umhlaba wonke owakhiwe; + waphonswa phansi emhlabeni, + nezingelosi zakhe zaphonswa phansi kanye naye.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela