1 Samuweli 2:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Ababengaswele kudla sekumele basebenzele abanye ukuze bathole ukudla,Kodwa ababelambile abasalambi. + Oyinyumba uzele amadodana ayisikhombisa, +Kodwa owayenamadodana amaningi udumele.* IHubo 34:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Ngisho namabhubesi asemancane anamandla* akhungethwe yindlala,Kodwa labo abafuna uJehova, ngeke baswele lutho oluhle. + IHubo 107:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Ngoba umanelisile owomileWasuthisa olambile ngezinto ezinhle. +
5 Ababengaswele kudla sekumele basebenzele abanye ukuze bathole ukudla,Kodwa ababelambile abasalambi. + Oyinyumba uzele amadodana ayisikhombisa, +Kodwa owayenamadodana amaningi udumele.*
10 Ngisho namabhubesi asemancane anamandla* akhungethwe yindlala,Kodwa labo abafuna uJehova, ngeke baswele lutho oluhle. +