-
Mathewu 23:27, 28IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
27 “Maye kini, babhali nabaFarisi, bazenzisi! + ngoba nifana namathuna acakwe* ngokumhlophe, + ngaphandle abonakala emahle ngempela kodwa ngaphakathi agcwele amathambo abantu abafile nayo yonke inhlobo yokungcola. 28 Ngendlela efanayo, ngaphandle nibonakala nilungile kubantu, kodwa ngaphakathi nigcwele ubuzenzisi nokwephula umthetho. +
-