-
Mathewu 23:29-31IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
29 “Maye kini, babhali nabaFarisi, bazenzisi! + ngoba nakha amathuna abaprofethi nihlobise namathuna abalungile, + 30 futhi nithi, ‘Ukube sasikhona ezinsukwini zokhokho bethu, sasingeke sihlanganyele nabo ekuchitheni igazi labaprofethi.’ 31 Ngakho-ke nizilahla nina ngokwenu ukuthi ningamadodana alabo ababulala abaprofethi. +
-