Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Mathewu 23:13
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 “Maye kini, babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngoba nivalela abantu uMbuso wamazulu; ngoba nina ngokwenu aningeni, nalabo abaya kongena anibavumeli ukuba bangene. +

  • 1 Thesalonika 2:14-16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 Ngoba, bazalwane, naba ngabalingisi bamabandla kaNkulunkulu aseJudiya anobunye noKristu Jesu, ngenxa yokuthi nahlupheka ezandleni zabantu bezwe lakini + ngezinto ezifanayo nalezo nawo ahlupheka ngazo ezandleni zamaJuda, 15 lawo abulala ngisho neNkosi uJesu + nabaprofethi futhi asishushisa nathi. + Ngaphezu kwalokho, awamjabulisi uNkulunkulu, kodwa alwisana nezinto ezizuzisa bonke abantu, 16 njengoba ezama ukusivimba ukuba sikhulume nabantu bezizwe ukuze basindiswe. + Ngale ndlela ahlale enezela ezonweni zawo. Kodwa ulaka lwakhe seluze lwafika phezu kwawo. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela