-
IHubo 49:16-19IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
16 Ungesabi lapho umuntu eceba,
Lapho ubukhazikhazi bendlu yakhe banda,
17 Ngoba lapho efa ngeke ahambe nalutho; +
Ngeke angcwatshwe nobukhazikhazi bakhe. +
18 Ngoba lapho esaphila uyazihalalisela. +
(Abantu bayakudumisa uma ucebile.) +
19 Ekugcineni uyafa njengokhokho bakhe.
Bonke ngeke baphinde bakubone ukukhanya.
-