-
Luka 11:7, 8IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
7 Kodwa lowo ongaphakathi aphendule athi: ‘Yeka ukungihlupha. Umnyango usukhiyiwe, mina nabantwana bami sesilele. Ngeke ngikwazi ukuvuka ngikunike okuthile.’ 8 Ngiyanitshela, nakuba engeke avuke amnike okuthile ngoba nakhu engumngani wakhe, ngokuqinisekile uyovuka amnike noma yini ayidingayo ngenxa yokuphikelela kwakhe ngesibindi. +
-