Hezekeli 34:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 “Elahlekile ngiyoyifuna, + edukile ngiyoyibuyisa, elimele ngiyoyibopha, ebuthakathaka ngiyoyiqinisa; kodwa ekhuluphele nenamandla ngiyoyibhubhisa. Leyo ngiyoyondla ngesahlulelo.” Mathewu 9:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Khona-ke, hambani niyofunda ukuthi kusho ukuthini lokhu: ‘Ngifuna isihe, hhayi umhlatshelo.’ + Ngoba ngizele ukuzobiza izoni, hhayi abantu abalungile.” Mathewu 15:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 Waphendula wathi: “Angithunyelwanga kwabanye abantu kodwa ezimvwini ezilahlekile zendlu ka-Israyeli.” + Luka 15:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 “Ubani phakathi kwenu ongathi enezimvu ezingu-100, okungathi lapho elahlekelwa eyodwa kuzo angazishiyi ezingu-99 ehlane ahambe ayofuna elahlekile aze ayithole? + Roma 5:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Kodwa uNkulunkulu usibonisa uthando lwakhe siqu ngoba, ngesikhathi siseyizoni, uKristu wasifela. + 1 Thimothewu 1:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Le nkulumo ithembekile futhi ifanelwe ukwamukelwa ngokugcwele, ukuthi: uKristu Jesu weza emhlabeni ezosindisa izoni. + Kuzo, ngingesiphambili. +
16 “Elahlekile ngiyoyifuna, + edukile ngiyoyibuyisa, elimele ngiyoyibopha, ebuthakathaka ngiyoyiqinisa; kodwa ekhuluphele nenamandla ngiyoyibhubhisa. Leyo ngiyoyondla ngesahlulelo.”
13 Khona-ke, hambani niyofunda ukuthi kusho ukuthini lokhu: ‘Ngifuna isihe, hhayi umhlatshelo.’ + Ngoba ngizele ukuzobiza izoni, hhayi abantu abalungile.”
24 Waphendula wathi: “Angithunyelwanga kwabanye abantu kodwa ezimvwini ezilahlekile zendlu ka-Israyeli.” +
4 “Ubani phakathi kwenu ongathi enezimvu ezingu-100, okungathi lapho elahlekelwa eyodwa kuzo angazishiyi ezingu-99 ehlane ahambe ayofuna elahlekile aze ayithole? +
15 Le nkulumo ithembekile futhi ifanelwe ukwamukelwa ngokugcwele, ukuthi: uKristu Jesu weza emhlabeni ezosindisa izoni. + Kuzo, ngingesiphambili. +