Mathewu 24:30 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 30 Khona-ke isibonakaliso seNdodana yomuntu siyobonakala ezulwini, zonke izizwe zomhlaba ziyozishaya zisosizini, + futhi ziyobona iNdodana yomuntu + iza iphezu kwamafu ezulu inamandla nenkazimulo enkulu. + Marku 13:26 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 26 Bayobona iNdodana yomuntu + iza isemafwini inamandla amakhulu nenkazimulo. + IsAmbulo 1:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Bhekani! Uyeza kanye namafu, + wonke amehlo ayombona, nalabo abamgwaza; zonke izizwe zomhlaba ziyozishaya zilusizi ngenxa yakhe. + Yebo, Amen.
30 Khona-ke isibonakaliso seNdodana yomuntu siyobonakala ezulwini, zonke izizwe zomhlaba ziyozishaya zisosizini, + futhi ziyobona iNdodana yomuntu + iza iphezu kwamafu ezulu inamandla nenkazimulo enkulu. +
7 Bhekani! Uyeza kanye namafu, + wonke amehlo ayombona, nalabo abamgwaza; zonke izizwe zomhlaba ziyozishaya zilusizi ngenxa yakhe. + Yebo, Amen.