-
1 Korinte 11:23-25IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
23 Ngoba ngakwamukela eNkosini lokho engakudlulisela nakini, ukuthi iNkosi uJesu ngobusuku + eyayizonikelwa ngabo yathatha isinkwa, 24 ngemva kokubonga, yasihlephula yathi: “Lokhu kusho umzimba wami + ozonikelwa ngenxa yenu. Qhubekani nikwenza lokhu ningikhumbula.” + 25 Yenza okufanayo nangendebe, + ngemva kokudla isidlo sakusihlwa, yathi: “Le ndebe isho isivumelwano esisha + esenziwa ngegazi lami. + Qhubekani nikwenza lokhu, noma nini lapho niyiphuza, njengesikhumbuzo sami.” +
-