Mathewu 26:63 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 63 Kodwa uJesu wayelokhu ethule. + Ngakho umpristi ophakeme wathi kuye: “Ngikufungisa uNkulunkulu ophilayo ukuba usitshele ukuthi unguye yini uKristu iNdodana kaNkulunkulu!” + Marku 14:61 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 61 Kodwa wayelokhu ethule futhi akazange aphendule nhlobo. + Umpristi ophakeme waphinde wambuza wathi kuye: “Ingabe unguKristu iNdodana kaNkulunkulu Ongcwele?”
63 Kodwa uJesu wayelokhu ethule. + Ngakho umpristi ophakeme wathi kuye: “Ngikufungisa uNkulunkulu ophilayo ukuba usitshele ukuthi unguye yini uKristu iNdodana kaNkulunkulu!” +
61 Kodwa wayelokhu ethule futhi akazange aphendule nhlobo. + Umpristi ophakeme waphinde wambuza wathi kuye: “Ingabe unguKristu iNdodana kaNkulunkulu Ongcwele?”